Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




UmShumayeli 7:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Kungcono ukuzwa ukukhuza kohlakaniphileyo kunokuba umuntu ezwe ukuhlabelela kweziwula.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

5 Kungcono ukulalela ukusola kohlakaniphileyo, kunokulalela iculo leziwula.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Kungcono ukuzwa ukukhuza kohlakaniphileyo kunokuba umuntu ezwe ukuhlabelela kweziwula.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UmShumayeli 7:5
14 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Olungileyo makangishaye, kungumusa kimi; angisole, kungamafutha ekhanda; ikhanda lami malingawenqabi, ngokuba nasebubini babo umkhuleko wami uyobe usekhona.


Abahlezi esangweni bakhuluma ngami; izidakwa ziyangihaya.


Odelela izwi uzehlisela ukubhujiswa, kepha owesaba imiyalo uyakuvuzwa.


Ubumpofu nehlazo kukuye onqaba ukulaywa, kepha onaka ukusolwa uyadunyiswa.


Insolo ingena koqondileyo kunemivimbo eyikhulu koyisiwula.


Njengecici legolide nesivunulo segolide elicwengekileyo, unjalo umsoli ohlakaniphileyo endlebeni elalelayo.


Amanxeba othandayo athembekile, kepha ukwanga kwesitha kuyachichima.


Ngokuba imiyalo iyisibani, nomthetho ungukukhanya, nokusola ngokulaya kuyindlela yokuphila,


Ungathethisi isideleli, funa sikuzonde; thethisa isihlakaniphi, siyakukuthanda.


Amazwi abahlakaniphileyo anjengezincijo, nezigaba zawo zinjengezipikili ezinamatheleyo, ephiwe nguMalusi munye.


Inhliziyo yabahlakaniphileyo isendlini yokulila, kepha inhliziyo yeziwula isendlini yentokozo.


Amazwi abahlakaniphileyo ezwakalayo ekuthuleni mahle kunokumemeza kobusa phakathi kweziwula.


“Bonke engibathandayo ngiyabasola, ngibalaye; ngakho-ke shisekela uphenduke.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka