Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




UJoweli 2:25 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 “Ngiyakubuyisela kini iminyaka eyadliwa yisikhonyane, nezinkumbi, nenkasa, nesibotho, impi yami enkulu engayithuma phakathi kwenu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

25 “Ngiyakunibuyisela iminyaka okwadla ngayo isikhonyane, amaqhwagi, isibotho nenkasa, impi yami enkulu engayithumela kini.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

25 Ngiyakunibuyisela iminyaka eyadliwa yisikhonyane, nezimpethu, nezinkumbi, nempethu, impi yami enkulu engayithuma phakathi kwenu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJoweli 2:25
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Siyakusibekela ubuso bomhlaba, ukuze kungabe kusabonwa mhlabathi; siyakudla okuseleyo okusindile, enikushiyelwe yisichotho, sidle yonke imithi enimilelayo endle.


Bagawula ihlathi lalo,” usho uJehova, “ngokuba alinakuhanjwa, lokhu bebaningi kunesikhonyane, bengenakubalwa.


“Ngiyakuqinisa indlu yakwaJuda, ngisindise indlu yakwaJosefa, ngibabuyise, ngokuba nginomusa kubo, babe kungathi angizange ngibalahle, ngokuba nginguJehova uNkulunkulu wabo; ngiyakubezwa.


Ngenxa yenu ngiyakukhuza okudlayo, kungachithi izithelo zomhlabathi wenu, nemivini yenu ayiyikuphutha endle,” usho uJehova Sebawoti.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka