UJoshuwa 9:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE1 Kwathi lapho onke amakhosi ayengaphesheya kweJordani, ezintabeni, nasemathafeni, nasogwini lonke loLwandle Olukhulu olubhekene neLebanoni, amaHeti, nama-Amori, namaKhanani, namaPherizi, namaHivi, namaJebusi, esezwa lokho, Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20201 Kwathi ukuba wonke amakhosi ayengaphesheya kweJordani kwelezintaba, nalawo ayesemathafeni agudle ugu loLwande Olukhulu kuya ngaseLebhanoni: amaHithi, ama-Amori, amaKhanani, amaPherizi, amaHivi namaJebusi, ezwe ngalokhu, Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20241 Kwasekusithi lapho wonke amakhosi ayengaphetsheya kweJodani, ezintabeni, leezigodini, lakuyo yonke imikhawulo yoLwandle oluKhulu malungana leLebhanoni, amaHethi, lamaAmori, lamaKhanani, lamaPherizi, amaHivi namaJebusi ezwa ngakho; Uka jalj uñjjattʼäta |
Kwathi onke amakhosi ama-Amori ayengaphesheya kweJordani ngasentshonalanga, nawo onke amakhosi amaKhanani ayengaselwandle esezwa ukuthi uJehova womise amanzi aseJordani phambi kwabantwana bakwa-Israyeli saze sawela, izinhliziyo zabo zaphela amandla, kungabe kusaba khona sibindi ngenxa yabantwana bakwa-Israyeli.