Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




UJobe 8:15 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Uyakwencika endlini yakhe, kepha ayiyikuma; uyakubambelela kuyo, kepha ayiyikuqina.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

15 Uyakwencika endlini yakhe, kepha ayiyukuma; uma ebambelela kuyo, ayiyukuqina.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Uzancika endlini yakhe, kodwa kayiyikuma; uyakuyibamba, kepha ayiyikuma.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJobe 8:15
12 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Uyakuhlwithwa etendeni lakhe alethembayo, ayiswe enkosini yengebhe.


Uyakha indlu yakhe njengenundu, ibe njengedlangala elakhiwa ngumlindi.


Abakuzondayo bayakwembeswa amahloni; itende lababi aliyobe lisabakho.”


Omubi uyakukubona, acunuke, agedle amazinyo akhe, abesephela; isifiso sababi siyakubhubha.


Ukucabanga kwabo kuthi izindlu zabo zizakuma kuze kube phakade, nemizi yabo ezizukulwaneni ngezizukulwane; amazwe abo bawabiza ngamagama abo.


Ithemba labalungileyo liyakuba yintokozo, kepha abakwethembayo ababi kuyakubhubha.


Indlu yababi iyachithwa, kepha itende labaqotho liyahluma.


nina enithokoza ngento engelutho, nithi: “Asizithathelanga izimpondo ngamandla ethu na?”


‘Ngiyakusiphumisa,’ usho uJehova Sebawoti, ‘singene endlini yesela nasendlini yofunga amanga ngegama lami, sihlale phakathi kwendlu yakhe, siyiqede kanye nemithi yayo namatshe ayo.’ ”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka