Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




UJobe 23:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Lapho olungileyo ubeyakuphikisana naye, mina ngikhululwe kumahluleli wami kuze kube phakade.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

7 Olungileyo ubengaphikisana naye, mina ngikhululwe kumehluleli wami ingunaphakade.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Lapho olungileyo angaphikisana naye; ngakho bengizakukhululwa kumahluleli wami kuze kube nininini.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJobe 23:7
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Lokhu kuyakuba yinsindiso yami ukuthi ongenaNkulunkulu akezi phambi kwakhe.


Kepha ngiyakukhuluma kuSomandla; ngifuna ukuphikisana noNkulunkulu.


Ngokuba uyayazi indlela yami; esengivivinyile, ngiyakuphuma njengegolide.


Noma bengilungile, bengingenakumphendula, kepha nginxuse umahluleli wami.


“Wozani-ke, sithethe indaba,” usho uJehova; “noma izono zenu zibomvu kakhulu, ziyakuba mhlophe njengeqhwa; noma zibomvu njengokububende, ziyakuba njengoboya bezimvu.


Ulungile wena Jehova, noma ngimelana nawe; ngiyakukhuluma nawe ngokwahlulela: iphumelelani indlela yababi, kungani ukuba babe nokuthula abakhohlisa nokukhohlisa, na?


Uyakuhlala enentukuthelo njalonjalo, ayigcine kuze kube nini na?’ Bheka, ukhuluma kanjalo; uyenza okubi, uyaphumelela.”


Kanjalo akusekho ukulahlwa kwabakuKristu Jesu.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka