Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




UJobe 20:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Uyakundiza njengephupho, angabe esafunyanwa; uyakuxoshwa njengombono wasebusuku.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

8 Uyakundiza njengephupho, angafunyanwa, axoshwe njengombono wasebusuku.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Uyakundiza amuke njengephupho, angafunyanwa; yebo, uyoxoshwa njengobuso bobusuku.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJobe 20:8
14 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Base bemphanyeka-ke uHamani emthini ayewulungisele uMoridekayi. Yayisibohla intukuthelo yenkosi.


Ingebhe iyakumethusa nxazonke; iyamzingela ezinyathelweni zakhe.


Uyakukhishwa ekukhanyeni, aqhutshelwe ebumnyameni, axoshwe ezweni.


Ingebhe iyamehlela njengamanzi; isivunguvungu siyamphephula ebusuku.


Awuthetheleli ngani isiphambeko sami, ususe isono sami, na? Ngokuba manje ngiyakulala phansi othulini; uyakungifunisisa, kepha angiyikubakho.”


Iso longibonayo alisayikungibuka; amehlo akho esekimi, angisekho.


Wakhwela phezu kwekherubi,* wandiza; washweza ngamaphiko omoya.


Njengephupho ekuphaphameni, Nkosi, uyakudelela umfanekiso wabo ekuvukeni kwakho.


Izinsuku zeminyaka yethu zineminyaka engamashumi ayisikhombisa; kuthi uma ziziningi, zineminyaka engamashumi ayisishiyagalombili; nokho ukuvama kwazo kungukuhlupheka nelize, ngokuba zidlula masinyane, thina siyandiza, simuke.


Uyabamukisa njengesikhukhula, banjengobuthongo; ekuseni banjengotshani obuhlumayo;


Lapho sidlula isivunguvungu, akasekho omubi, kepha olungileyo uyisisekelo esingunaphakade.


Useyakubuphendulela ubuso bakhe ezinqabeni zezwe lakubo, kepha uyakukhubeka, awe, angabe esafunyanwa.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka