Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




UJobe 17:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Ungibeke isaga sabantu, ngibe ngokhafulelwa ebusweni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

6 Ungenze isiga ebantwini, nokhafulelwa ebusweni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Wangenza inhlekisa kubantu; nangaphambi kokuba ngibe njengesigubhu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJobe 17:6
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ubalekeleni ngasese na? Wanginyenyelelani ungangitshelanga ukuba ngabe ngikuvalelise ngokwenama nangezihlabelelo, ngesigubhu nangehabhu,* na?


ngiyakumnquma u-Israyeli ezweni engimnike lona; nale ndlu engiyingcwelisele igama lami ngiyakuyilahla ebusweni bami, u-Israyeli abe yisaga nesifenqo phakathi kwabantu bonke.


Ngiyisigcono somngane wami, ngowambiza uNkulunkulu, waphendula; olungileyo nongenasici uyisigcono.


Impela kukhona abangiklolodelayo, iso lami lisekucunuleni kwabo.


Bayanengwa yimi, bemi kude nami; abayeki ukungikhafulela ngamathe.


“Manje sengihaywa yibo, yebo, sengiyisaga sabo.


Usenza isaga kwabezizwe, banikine ikhanda phakathi kwabantu.


Usuku lonke ukudunyazwa kwami kuphambi kwami, namahloni amboza ubuso bami


Isaka ngalenza isambatho sami; ngaba yisaga kubo.


Ihabu* nogubhu, isigubhu negenkle, newayini kukhona emadilini abo, kepha abanakekeli imisebenzi kaJehova, nezenzo zezandla zakhe abaziboni.


UJehova wathi kuMose: “Uma uyise ebemkhafulele ebusweni, ubengebe namahloni izinsuku eziyisikhombisa na? Makavalelwe ngaphandle kwekamu* izinsuku eziyisikhombisa; ngasemva kwalokho uyakubuye angeniswe.”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka