Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




UJobe 10:22 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 izwe lobumnyama obunjengesigayegaye nelomthunzi wokufa nelesiphithiphithi, lapho ukukhanya kunjengobumnyama.’ ”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

22 izwe lobumnyama nesiphithiphithi sobumnyama, lapho ukukhanya kufana nobumnyama.’ ”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Izwe lobumnyama, njengobumnyama uqobo; nethunzi lokufa, kungekho simiso, nalapho ukukhanya kunjengobumnyama.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJobe 10:22
15 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

ngingakayi lapho ngingasayikubuya khona, izwe lobumnyama nelomthunzi wokufa,


Wayesethatha uSofari waseNahama, wathi:


Uma ngithemba ukuthi indawo yabafileyo iyindlu yami, ngendlalele ukhukho lwami ebumnyameni,


Ngokuba kalokhu ngakube ngilele, ngithule; khona ngakube ngilele ubuthongo nginokuphumula


Ubumnyama nethunzi lokufa maluphiwe khona, kuhlale ifu phezu kwalo; okwenza mnyama usuku makulwesabise.


Abukho ubumnyama, nethunzi lokufa alikho, lapho abenza okubi bengacasha khona.


Amasango okufa uwavulelwe, wabona amasango ethunzi lokufa, na?


Noma ngihamba esigodini sethunzi lokufa, angesabi okubi, ngokuba wena unami, intonga yakho nodondolo lwakho ziyangiduduza.


uze usiphahlaze endaweni yezimpungushe, usimboze ngethunzi lokufa.


Izimangaliso zakho ziyaziwa yini ebumnyameni, nokulunga kwakho ezweni lokukhohlwa na?


Kepha mina, Jehova, ngikhala kuwe; ekuseni umkhuleko wami uyenyuka phambi kwakho.


Konke isandla sakho esikufumanayo ukukwenza, kwenze ngamandla akho, ngokuba akukho msebenzi, namcabango, nakwazi, nakuhlakanipha endaweni yabafileyo, lapho uya khona.


Mnikeni uJehova uNkulunkulu wenu udumo, engakalihlwisi, futhi zingakakhubeki izinyawo zenu ezintabeni zokuhwelela, nothi nisabheka ukukhanya, akuphendule ithunzi lokufa, akwenze kube yisigayegaye.


Abashongo ukuthi: ‘Uphi uJehova owasikhuphula ezweni laseGibithe, wasihola ehlane ezweni lezingwadule nelemigodi, ezweni elomileyo nelethunzi lokufa, ezweni elingadatshulwa muntu, nalapho kungahlali muntu khona, na?’


Nangaphezu kwakho konke lokho kubekiwe umhosha omkhulu phakathi kwethu nani ukuba abafuna ukusuka lapha baye kini bangekwenze, nabalapho bangaweleli kithi.’


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka