Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




UJobe 10:15 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Uma nginecala, maye kimi! Noma bengilungile, bengingayikuphakamisa ikhanda lami, lokhu ngisuthi ngehlazo, ngibona ukuhlupheka kwami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

15 Uma ngenzile okubi, maye kimi! Uma bengilungile, bengingayukuliphakamisa ikhanda lami, lokhu ngisuthi ihlazo, ngibona ukuhlupheka kwami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Uma ngimubi, maye kimi! noma ngilungile, nokho angiyikuphakamisa ikhanda lami. Ngigcwele ukudideka; ngakho-ke niyalubona usizi lwami;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJobe 10:15
23 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

noma ukwazi ukuthi angimubi nokuthi akakho ongophula esandleni sakho.


Lapho ngikhumbula nje, ngishaywa luvalo; ukwesaba kubamba inyama yami.


Ngalokho ngishaywa luvalo ebusweni bakhe; lapho ngikuqaphela, ngiyamesaba.


“Isitha sami masibe njengomubi, nongisukelayo njengowonileyo.


Ake niphenduke, kungabikho ukungalungi, nibuye niphenduke; indaba yami ilungile.


Bheka, uyabamba; ngubani ongamkhalima na? Ngubani ongasho kuye ukuthi: ‘Wenzani na?’


Noma bengilungile, bengingenakumphendula, kepha nginxuse umahluleli wami.


Ngiyakulahlwa mina; ngikhandlekelani ize na?


Bheka ukuhlupheka kwami, ungikhulule, ngokuba angikhohlwa umthetho wakho.


Bheka ukuhlupheka kwami nosizi lwami, ungithethelele zonke izono zami.


ngenxa yoklolodayo nojivazayo, ngenxa yesitha nomphindiseli.


Thela ubuso babo ngehlazo, baze bafune igama lakho, Jehova.


Ababi bayakubuyela endaweni yabafileyo, bonke abezizwe abakhohlwa uNkulunkulu.


Wayesethi uJehova: “Ngibonile nokubona ukuhlupheka kwabantu bami abaseGibithe; ngizwile ukukhala kwabo ngenxa yabacindezeli babo, ngokuba ngiyazazi izinsizi zabo;


Maye komubi! Kuyakuba kubi kuye, ngokuba uyakubuyiselwa izenzo zezandla zakhe.


Ngase ngithi: “Maye kimi! Ngokuba ngiphelile, lokhu ngingumuntu ozindebe zakhe zingcolile, futhi ngihlezi phakathi kwabantu abazindebe zabo zingcolile, ngokuba amehlo ami abonile iNkosi uJehova Sebawoti.”


“Bheka, Jehova, ngokuba nginosizi; izibilini zami ziyaxhaphazela. Inhliziyo yami iphendukile phakathi kwami, ngokuba ngihlubukile nokuhlubuka. Endle yinkemba eyaphucayo, ekhaya ngukufa.


Bese nibuya, nahlukanise abalungileyo nababi, abamkhonza uNkulunkulu nabangamkhonziyo.


Kunjalo nani, nxa nikwenzile konke enikuyaliweyo, anothi: ‘Asizinceku zalutho; sikwenzile nje ebesifanele ukukwenza.’ ”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka