Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




UGenesise 8:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Kwathi ngomnyaka wamakhulu ayisithupha nanye ngenyanga yokuqala ngolokuqala lwenyanga amanzi abeseshile emhlabeni; uNowa wasusa uphahla lomkhumbi, wabona, bheka, ubuso bomhlaba base bomile.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

13 Ngosuku lokuqala ngenyanga yokuqala uNowa eseqede iminyaka engama-601 ephila, wonke amanzi ayesehwamukile emhlabeni. UNowa waphakamisa uphahla lomkhumbi, wabona ukuthi sekomile phansi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Kwathi ngomnyaka wamakhulu ayisithupha nanye, ngenyanga yokuqala, ngolokuqala lwenyanga, amanzi ashile emhlabeni; uNowa wasusa isembozo somkhumbi, wabheka, bheka, ubuso bomhlaba bomile.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 8:13
3 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

ngomnyaka wamakhulu ayisithupha wokuhamba kukaNowa ngenyanga yesibili ngosuku lweshumi nesikhombisa lwenyanga, ngalona lolo suku imithombo yonke yotwa yabhoboka, namafasitele asezulwini avuleka.


UNowa wayeneminyaka engamakhulu ayisithupha mhla uzamcolo wamanzi efika emhlabeni.


Ngenyanga yesibili ngosuku lwamashumi amabili nesikhombisa lwenyanga umhlaba wawusomile.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka