Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




UGenesise 21:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Vuka uphakamise umfana, umbambe ngesandla sakho, ngokuba ngiyakumenza isizwe esikhulu.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

18 Phakama umthathe umfana, umbambe ngesandla umqinise, ngokuba ngizomenza abe yisizwe esikhulu.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Vuka, uphakamise umfana, umbambe ngesandla sakho; ngoba ngizamenza isizwe esikhulu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 21:18
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ingelosi kaJehova yathi futhi kuye: “Ngiyakwandisa kakhulu inzalo yakho, ingabe isabalwa ngobuningi bayo.”


Ingelosi kaJehova yamfumana ngasemthonjeni wamanzi ehlane, umthombo osendleleni eya eShuri.


Ngo-Ishmayeli lo ngikuzwile; bheka, ngiyakumbusisa, ngimuphe inzalo, ngimandise kakhulu impela, azale izikhulu eziyishumi nambili, ngimenze isizwe esikhulu.


Nayo indodana yesigqilakazi ngiyakuyenza isizwe, ngokuba iyinzalo yakho.”


Kwase kumemeza kuye ingelosi kaJehova isezulwini, ithi: “Abrahama, Abrahama!” Yena wathi: “Ngilapha.”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka