Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




UEksodusi 26:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Wenze izinkibaniso ezingamashumi ayisihlanu zegolide, uhlanganise izilenge esinye nesinye ngezinkibaniso, itabernakele libe linye.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

6 Uyokwenza izinkintsho zegolide ezingama-50 bese amakhethini uwahlanganisa ndawonye ngezinkintsho, ukuze ithabanakeli libe lilodwa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Wenze izingwegwe ezingamashumi ayisihlanu ngegolide, uhlanganise izilenge ngezingwegwe, itabernakele libe linye.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UEksodusi 26:6
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wenze izinkibaniso ezingamashumi ayisihlanu zethusi, uzifake izinkibaniso ezihibeni, uhlanganise itende, libe linye.


Uyakuphanyeka isihenqo phansi kwezinkibaniso, uwungenise umphongolo wobufakazi khona phakathi kwesihenqo, isihenqo sinahlukanisele indawo engcwele nendawo engcwelengcwele.


Uyakwenza izihibe ezingamashumi ayisihlanu kwesinye isilenge, wenze futhi izihibe ezingamashumi ayisihlanu eceleni lesilenge esisekuhlanganeni kwesibili, ukuze izihibe zibhekane.


“Wenze izilenge ngoboya bezimbuzi, zibe yitende phezu kwetabernakele, uzenze zibe yizilenge eziyishumi nanye.


itabernakele,* netende lalo, nesifulelo salo, nezinkibaniso zalo, namapulangwe alo, nemishayo yalo, nezinsika zalo, nezinyawo zalo;


Wazenza izinkibaniso ezingamashumi ayisihlanu zegolide, wazihlanganisa izilenge esinye nesinye ngezinkibaniso, kwaba yitabernakele linye.


Wazenza izinkibaniso ezingamashumi ayisihlanu zethusi zokuhlanganisa itende libe linye.


Baliletha itabernakele kuMose, itende nempahla yalo yonke, nezinkibaniso zalo, namapulangwe alo, nemishayo yalo, nezinsika zalo, nezinyawo zalo,


okungaye umzimba wonke uhlanganisiwe, ubambene ngokwelekelelana kwamalungu onke awo njengokusebenza okulinganiselwe yilelo nalelo lungu, kukhuliswe umzimba, ube yisakhiwo othandweni.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka