Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




UDuteronomi 9:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Ngathatha-ke izibhebhe zombili, ngazilahla ezandleni zami zombili, ngazaphula phambi kwamehlo enu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

17 Ngazithatha izibhebhe ezimbili, ngazilahla phansi ngazo zombili izandla zami, ngazephula phambi kwamehlo enu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Ngase ngithatha amatafula amabili ngawalahla ezandleni zami zombili, ngawaphahlaza phambi kwamehlo enu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UDuteronomi 9:17
3 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kwathi esasondela ekamu,* wabona ithole nokusina; ulaka lukaMose lwase luvutha, wazilahla izibhebhe ezandleni zakhe, wazaphula phansi kwentaba.


Ngase ngibheka, ngabona ukuthi nanonile kuJehova; nanizenzele ithole elibunjiweyo; naniphambukile masinyane endleleni uJehova abeniyale ngayo.


“Ngawela phansi phambi kukaJehova njengakuqala izinsuku ezingamashumi amane nobusuku obungamashumi amane; angidlanga sinkwa, angiphuzanga manzi ngenxa yaso sonke isono senu enona ngaso ngokwenza okubi emehlweni kaJehova ukuba nimthukuthelise.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka