UDuteronomi 28:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE10 Bonke abantu bomhlaba bayakubona ukuthi ubiziwe ngegama likaJehova, bakwesabe. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202010 Bonke abantu bomhlaba bayakubona ukuthi ubizwe ngegama likaSimakade, bakwesabe. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202410 Bonke abantu bomhlaba bayobona ukuthi igama likaJehova libiziwe phezu kwakho; futhi bayokwesaba. Uka jalj uñjjattʼäta |
Kwathi onke amakhosi ama-Amori ayengaphesheya kweJordani ngasentshonalanga, nawo onke amakhosi amaKhanani ayengaselwandle esezwa ukuthi uJehova womise amanzi aseJordani phambi kwabantwana bakwa-Israyeli saze sawela, izinhliziyo zabo zaphela amandla, kungabe kusaba khona sibindi ngenxa yabantwana bakwa-Israyeli.