Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




UDuteronomi 18:21 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 “Uma uthi enhliziyweni yakho: ‘Singalazi kanjani izwi uJehova angalikhulumanga na?’

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

21 “Ungasho enhliziyweni yakho, uthi: ‘Siyakulazi kanjani izwi uSimakade angalikhulumanga, na?’

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Futhi uma uthi enhliziyweni yakho: Singalazi kanjani izwi uJehova angalikhulumanga?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UDuteronomi 18:21
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Umprofethi oprofetha ngokuthula uyakwaziwa, lapho seligcwalisiwe izwi lomprofethi, uma engumprofethi uJehova amthumileyo impela.”


Thula, nyama yonke, phambi kukaJehova, ngokuba uvukile, waphuma endaweni yakhe engcwele.”


Kepha umprofethi oyakukhuluma izwi ngokuziqhenya egameni lami engingamyalanga ukulikhuluma, noma ekhuluma egameni labanye onkulunkulu, lowo mprofethi uyakufa.’


yazi-ke ukuthi lokhu umprofethi akukhulumayo egameni likaJehova, bese ingenzeki leyo nto, ingaveli iyiyo leyo nto, akusiye uJehova oyikhulumile; umprofethi uyikhulumile ngokuziqhenya; ungamesabi.


Uthembekile yena onibizayo, oyakukwenza futhi.


Ngiyayazi imisebenzi yakho, nemizamo yakho, nokubekezela kwakho, nokuthi kawunakubamela ababi; wabavivinya abazisho ukuthi bangabaphostoli bengesibo, wabafumana beqamba amanga;


Wonke u-Israyeli kusukela kwaDani kuze kube seBeri Sheba wazi ukuthi uSamuweli uqinisiwe ukuba abe ngumprofethi kaJehova.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka