Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




NgokukaMarku 9:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Kwabonakala kubo u-Eliya enoMose; babekhuluma noJesu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

4 Base bebona u-Eliya noMose bekhuluma noJesu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

4 Kwabonakala kubo u-Eliya noMose, bekhuluma noJesu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Kwabonakala kubo u-Eliya noMose, bekhuluma noJesu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




NgokukaMarku 9:4
15 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngokuba abaprofethi bonke nomthetho baprofetha, kwaze kwafika uJohane.


Izingubo zakhe zacwazimula zaba mhlophe qwa, ngangokuba umhlanzi wasemhlabeni angezenze zibe mhlophe kangaka.


Wathatha uPetru, wathi kuJesu: “Rabi, kuhle ukuba silapha; masakhe amadokodo amathathu, elinye libe ngelakho, elinye libe ngelikaMose, elinye libe ngelika-Eliya.”


Wayesethathela kuMose nakubaprofethi bonke, wabachasisela emibhalweni okuqondene naye.


Wayesethi kubo: “Yiwo lawo mazwi ami engawakhuluma kini ngisenani okuthi: ‘Kumelwe ukugcwaliseka konke okulotshwe ngami emthethweni kaMose, nakubaprofethi nasemaHutsheni.’ ”


Baphendula bathi: “UJohane uMbhapathizi; kepha abanye bathi: Ngu-Eliya; abanye kodwa bathi: Kuvukile umprofethi othile wabadala.”


Nihlola imibhalo, ngokuba nithi ninokuphila okuphakade kuyo; yiyona efakaza ngami.


Ngase ngiwa phansi phambi kwezinyawo ukukhuleka kuyo. Yayisithi kimi: “Musa; ngiyinceku kanye nawe nabazalwane bakho abaphethe ubufakazi bukaJesu; khuleka kuNkulunkulu. Ngokuba ubufakazi bukaJesu bungumoya wokuprofetha.”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka