Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




NgokukaMarku 8:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Babe nezinhlanzana eziyingcosana futhi; esezibusisile wathi abababele nazo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

7 Babenezinhlanzana futhi eziyingcosana; nazo wazibusisa, wabayala ukuba basabele zona.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

7 Babanezinhlanzana eziyingcosana; wabusisa, wathi mazibekwe phambi kwabo nazo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Babanezinhlanzana eziyingcosana; wabusisa, wathi mazibekwe phambi kwabo nazo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




NgokukaMarku 8:7
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wayeseyala izixuku ukuba zihlale phansi etshanini, wazithabatha izinkwa eziyisihlanu nezinhlanzi ezimbili, wabheka ngasezulwini, wazibusisa, wazihlephula, wabanika abafundi izinkwa, abafundi baphakela izixuku.


Wayala isixuku ukuba sihlale phansi; wazithabatha izinkwa eziyisikhombisa, wabonga, wazihlephula, wanika abafundi bakhe ukuba bababele; basabela isixuku.


“Ubhekelani ucezwana olusesweni lomfowenu, kanti ugongolo olukwelakho iso awuluboni na?


UJesu wathi-ke kubo: “Bantwana, aninakho ukudla na?” Bamphendula bathi: “Qha.”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka