Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




NgokukaMarku 7:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 kepha nina nithi: ‘Uma umuntu ethi kuyise noma kunina: YiKorbana, okungukuthi umnikelo, lokho ongabe usizwa yimi ngakho,’

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

11 Kepha nina nithi: ‘Uma umuntu ethi kuyise noma kunina: Lokhu kungumnikelo engethembise ukuwunikela kuNkulunkulu, esho isipho abebengasizakala ngaso,’

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

11 Kepha nina nithi: “Uma umuntu ethi kuyise noma kunina: ‘YiKorbana, okungukuthi isipho,’ noma yini ebengingabasiza ngayo; uzakuba ngokhululekileyo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Kepha nina nithi: “Uma umuntu ethi kuyise noma kunina: ‘YiKorbana, okungukuthi isipho,’ noma yini ebengingabasiza ngayo; uzakuba ngokhululekileyo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




NgokukaMarku 7:11
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

“Yisho kubantwana bakwa-Israyeli, uthi kubo: ‘Nxa umuntu wakini eletha umnikelo kuJehova, anonikela ngomnikelo wenu wezinkomo zemihlambi nowezimvu.


Kepha nina nithi: ‘Oshoyo kuyise noma kunina ukuthi: Kungumnikelo lokho ongabe usizwe yimi ngakho,’


Futhi: ‘Yilowo ofunga i-altare akulutho, kodwa ofunga umnikelo ophezu kwalo uzibophile.’


Kepha abapristi abakhulu bazithatha izinhlamvu zesiliva, bathi: “Akuvunyelwe ukuzifaka emnikelweni, ngokuba kuyimali yegazi.”


anisamvumeli ukuba enzele uyise noma unina utho.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka