Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




Mathewu 9:21 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Ngokuba wayethi phakathi kwakhe: “Uma ngingathinta nje ingubo yakhe, ngizakusindiswa.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

21 Ngokuba wayezindla, ethi: “Uma nje ngingathinta ingubo yakhe, ngizakusindiswa.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

21 Ngoba wayesithi phakathi kwakhe: Uba ngingathinta nje isembatho sakhe, ngizasinda.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Ngoba wayesithi phakathi kwakhe: Uba ngingathinta nje isembatho sakhe, ngizasinda.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Mathewu 9:21
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Bamncenga ukuba bathinte nje umphetho wengubo yakhe; bonke abawuthinta basindiswa.


ngokuba wayephulukisa abaningi, kwaze kwathi bonke abanezifo bawela phezu kwakhe ukuba bamnamathe.


Isixuku sonke safuna ukumthinta, ngokuba kwakuphuma kuye amandla abaphilisa bonke.


baze bathatha amaduku nezindwangu emzimbeni wakhe, bazibeka phezu kwabagulayo; zase zisuka kubo izifo, nomoya ababi baphuma.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka