Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




Mathewu 13:34 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 Konke lokho uJesu wakukhuluma ezixukwini ngemifanekiso; ngaphandle komfanekiso kakhulumanga lutho kubo,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

34 UJesu wakukhuluma konke lokhu ezixukwini ngemizekeliso, akukho lutho olunye ake walukhuluma kubo ngaphandle kwemizekeliso,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

34 Lokho konke uJesu wakukhuluma emaxukwini ngemifanekiso; futhi ngaphandle komfanekiso akakhulumanga kubo;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

34 Lokho konke uJesu wakukhuluma emaxukwini ngemifanekiso; futhi ngaphandle komfanekiso akakhulumanga kubo;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Mathewu 13:34
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kungalokhu ngikhuluma kubo ngemifanekiso, ngokuba noma bebona, kababoni, noma bezwa, kabezwa, kabaqondi.


Wakhuluma kubo okuningi ngemifanekiso, wathi: “Bhekani, kwaphuma umhlwanyeli ukuyohlwanyela.


UJesu washo lo mfanekiso kubo; kepha bona abezwisisanga ukuba kuyini lokho akukhuluma kubo.


“Ngikhulume lokho kini ngemifanekiso; isikhathi siyeza, lapho ngingasayikukhuluma ngemifanekiso; kodwa ngiyakunitshela ngoBaba ngokusobala.


Abafundi bakhe bathi kuye: “Bheka, manje usukhuluma ngokusobala, awusakhulumi mfanekiso.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka