Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




KumaHeberu 7:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Ngokuba umthetho wokuqala uyachithwa ngenxa yobuthakathaka bawo nokungasizi kwawo,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

18 Kukhona ngakolunye uhlangothi ukwesulwa komthetho wokuqala ngenxa yokuba ubuthakathaka, futhi ungasizi ngalutho,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

18 Ngokuba umthetho owandulelayo uyachithwa ngenxa yobuthakathaka nokungasizi kwawo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Ngokuba umthetho owandulelayo uyachithwa ngenxa yobuthakathaka nokungasizi kwawo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




KumaHeberu 7:18
15 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

yilowo nalowo okholwayo uyakulungisiswa ngaye.


Ngakho-ke umthetho siwenza ize ngenxa yokukholwa na? Qha nakanye, kodwa siyawuqinisa umthetho.


Ngokuba lokho okwehlula umthetho, ngokuba ungenamandla ngenxa yenyama, wakwenza uNkulunkulu ngokuthuma iNdodana yakhe ifana nenyama yesono, nangenxa yesono walahla isono enyameni,


Bazalwane, ngikhulumisa okwabantu: nokuba kuyintando yokugcina yomuntu eyaqiniswayo, akakho oyichithayo noma enezele kuyo.


Kepha ngisho lokhu ukuthi isivumelwano esaqiniswa nguNkulunkulu ngaphambili, umthetho owavela emva kweminyaka engamakhulu amane namashumi amathathu, awusesuli, uze usichithe isithembiso;


Pho-ke, umthetho uphambene nezithembiso zikaNkulunkulu na? Qha nakanye. Ngokuba uma wawunikiwe umthetho onamandla okuphilisa, ngempela ukulungisiswa ngakuya ngomthetho.


Ngitsheleni nina enithanda ukuba phansi komthetho, aniwuzwa yini umthetho na?


kepha manje, njengalokhu senimazi uNkulunkulu, yebo, phezu kwalokho, niyaziwa nguNkulunkulu, kukanjani ukuba nibuyele ezifundisweni zobungane ezilulana nezingelutho, enithanda ukuphinda nibe yizigqila zazo na?


Ngokuba ukujwayeza umzimba kusiza ingcosana, kepha ukumesaba uNkulunkulu kusiza ezintweni zonke, kunesithembiso salokhu kuphila nalokho okuzayo.


Ningadukiswa yizifundiso eziyizinhlobonhlobo nezingaziwayo; ngokuba kuhle ukuba inhliziyo iqiniswe ngomusa, kungabi ngokudla, abangasizakalanga ngakho abahamba ngakho.


lokhu umthetho awuphelelisanga lutho, kepha sekungeniswa ithemba elingcono, esisondela ngalo kuNkulunkulu.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka