Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




Johane 11:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Abafundi bathi kuye: “Rabi, abaJuda basand' ukufuna ukukukhanda ngamatshe; usaya futhi khona na?”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

8 Abafundi bathi kuye: “Rabi, akukapholi maseko abaJuda befuna ukukukhanda ngamatshe, usuya khona futhi na?”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

8 Abafundi bakhe bathi kuye: Rabi, abaJuda sebefuna ukukukhanda ngamatshe; futhi uya khona futhi?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Abafundi bakhe bathi kuye: Rabi, abaJuda sebefuna ukukukhanda ngamatshe; futhi uya khona futhi?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Johane 11:8
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

nokubingelelwa ezigcawini, nokubizwa ngabantu ngokuthi ‘Rabi’.


“Kepha nina maningabizwa ngokuthi ‘Rabi’; ngokuba munye umfundisi wenu, nina nonke ningabazalelwane.


AbaJuda base bebuye bethatha amatshe ukuba bamkhande.


Base befuna futhi ukumbamba, kepha waphunyuka esandleni sabo.


Abaningi kubaJuda babefikile koMarta noMariya ukubakhuza ngomnewabo.


Kusenjalo abafundi bamncenga bathi: “Rabi, yidla.”


Base bethatha amatshe ukuba bamkhande. Kepha uJesu wasithela, waphuma ethempelini.


Kepha ukuphila angikushayi into yalutho ukuba kube yigugu kimi, kuphela ukuba ngiphelelise ukuhamba kwami nenkonzo engayamukela eNkosini uJesu yokufakaza ngevangeli lomusa kaNkulunkulu.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka