Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




IzEnzo 9:41 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

41 Yena wambamba ngesandla, wamsukumisa. Wayesebiza abangcwele nabafelokazi, wambeka phambi kwabo ephilile.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

41 UPhethro wambamba ngesandla, wamsukumisa, wayesebiza abangcwele nabafelokazi, wambeka phambi kwabo ephile saka.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

41 Wambamba ngesandla, wamsukumisa; wayesebabiza abangcwele nabafelokazi, wamethula ephilile.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

41 Wambamba ngesandla, wamsukumisa; wayesebabiza abangcwele nabafelokazi, wamethula ephilile.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IzEnzo 9:41
15 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Bamtshela bathi: “UJosefa usekhona, ungumbusi ezweni lonke laseGibithe.” Inhliziyo yakhe yayisiphela amandla, ngokuba akakholwanga yibo.


U-Eliya wayesethatha umntwana, wamehlisa ekamelweni eliphezulu, wamngenisa endlini, wamnika unina; wathi u-Eliya: “Bheka, indodana yakho isiyaphila.”


Wayesethi: “Yikhuphule.” Welula isandla sakhe, wayithatha.


Isibusiso sobezakubhubha safika phezu kwami; ngenza inhliziyo yomfelokazi ukuba ihube ngokujabula.


UJehova uyalondoloza abafokazi; uyaphasa intandane nomfelokazi; kepha indlela yababi uyayiphambanisa.


Waya kuye, wamlulamisa embamba ngesandla; umkhuhlane wamyeka, wabakhonza.


Esesondela esangweni lomuzi, bheka, kwaphunyiswa ofileyo, indodana eyodwa kanina, yena engumfelokazi; nabantu abaningi bomuzi babe naye.


Ofileyo wavuka, waqala ukukhuluma; yamnika unina.


Base bemletha umfana ephilile, baduduzeka kakhulu.


Wayesembamba ngesandla sokunene, wamsukumisa; kwaqina masinyane izinyawo zakhe namaqakala,


Kwathi ngaleyo mihla abafundi sebanda, kwavela ukukhonona kubaJuda abakhuluma isiGreki ngamaHeberu ngokuthi abafelokazi bakubo bayancishwa ekwabelweni kwemihla ngemihla.


Kepha u-Ananiya waphendula wathi: “Nkosi, ngizwile ngabaningi ngaleyo ndoda konke okubi ekwenzile kwabangcwele bakho eJerusalema;


Kwathi uPetru ehambela izindawo zonke, wehlela nakwabangcwele abakhe eLida.


Yazisa abafelokazi abangabafelokazi ngoqobo.


Lowo ongumfelokazi ngoqobo osele eyedwa uthembele kuNkulunkulu, uhlala ekunxuseni nasekukhulekeni ubusuku nemini,


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka