Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 74:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Nkulunkulu, koze kube nini umcindezeli ethuka, isitha sihlambalaza igama lakho njalo, na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

10 Nkulunkulu, kuyoze kube nini umcindezeli esithuka, isitha sihlala sihlambalaza igama lakho na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

10 O Nkulunkulu, koze kube nini isitha sihlambalaza? isitha sihlambalaza igama lakho kuze kube phakade na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 74:10
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

ngenxa yoklolodayo nojivazayo, ngenxa yesitha nomphindiseli.


Buya, Jehova, ukhulule umphefumulo wami, ungisindise ngenxa yesihawu sakho.


Buyisela kubakhelwane bethu, kuphindwe kasikhombisa esifubeni sabo inhlamba abakuhlambalaza ngayo, Nkosi.


Koze kube nini uyakuzisitha, Jehova, nentukuthelo yakho ivutha njengomlilo, na?


Weyise bani, wethuka bani, na? Uphakamisele bani izwi lakho, wabhekisa phezulu amehlo akho, na? NgoNgcwele ka-Israyeli!


Omunye wathi kumuntu owembethe ilineni, owayephezu kwamanzi omfula: “Kuyakuba nini ukuphela kwalezi zimangaliso na?”


Bamemeza ngezwi elikhulu, bathi: “Koze kube nini, Mbusi ongcwele noqinisileyo, ungahluleli, uphindisele igazi lethu kulaba abakhileyo emhlabeni na?”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka