Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 51:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Fihla ubuso bakho ezonweni zami, wesule zonke izenzo zami ezimbi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

9 Fihla ubuso bakho ezonweni zami, uzesule zonke iziphambeko zami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Fihla ubuso bakho ezonweni zami, wesule zonke iziphambeko zami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 51:9
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Noma ngizigeza ngamanzi eqhwa, ngihlambe izandla zami ngensipho,


Ngihawukele, Nkulunkulu, ngokomusa wakho; yesula iziphambeko zami ngokobubele bakho obukhulu.


“Wozani-ke, sithethe indaba,” usho uJehova; “noma izono zenu zibomvu kakhulu, ziyakuba mhlophe njengeqhwa; noma zibomvu njengokububende, ziyakuba njengoboya bezimvu.


Bheka, kwakungokuhle kimi ukuthi nganginomunyu; wena wawuthanda umphefumulo wami, waze waphuma egodini lokubhujiswa, ngokuba uzilahlile nyovane zonke izono zami.


Ngokuba amehlo ami akuzo zonke izindlela zabo; abasithele ebusweni bami, nobubi babo abufihlekile emehlweni ami.


Ngiyakunifafaza ngamanzi ahlambulukileyo, nihlambuluke, nginihlambulule kukho konke ukungcola kwenu nakuzo zonke izithombe zenu.


umuntu ohlambulukileyo athabathe ihisopi,* aligcobhoze emanzini, afafaze ngawo itende, nezitsha zonke, nabantu ababelapho, nowathinta ithambo, noma ababuleweyo, noma abafileyo, noma ithuna,


esehlangule incwadi yecala lethu, emelana nathi ngemiyalo yayo, wayeyisusa ngokuyibethela esiphambanweni;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka