Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 38:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Jehova, ungangijezisi ngentukuthelo yakho, ungangishayi ngolaka lwakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

1 Simakade, ungangijezisi ngolaka lwakho, ungangishayi ngentukuthelo yakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Ihubo likaDavide, isikhumbuzo. Jehova, ungangikhuzi ngentukuthelo yakho, ungangijezisi ngolaka lwakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 38:1
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Jehova, ungangijezisi ngentukuthelo yakho, ungangishayi ngolaka lwakho.


Nkulunkulu, phuthuma ungikhulule. Jehova, phuthuma ungisize.


Kuyangisinda ukuthukuthela kwakho; amadlambi akho onke ayangicindezela phansi. Sela*


Ngokubamukisa nangokubaxosha uyabajezisa; wabasusa ngomoya wakhe olukhuni ngosuku lomoya wasempumalanga.


Ngentukuthelo echichimayo ngabusitheza ubuso bami kuwe isikhashana, kepha ngomusa ongapheliyo ngiyakukuhawukela,” usho uJehova uMhlengi wakho.


Ngilaye, Jehova, kepha ngokwahlulela, kungabi ngentukuthelo yakho, funa ungenze into engelutho.


Ngokuba mina nginawe,’ usho uJehova, ‘ukuba ngikusindise, ngokuba ngiyakuqeda ngokupheleleyo zonke izizwe engikuhlakazele kuzo, kepha wena angiyikukuqeda, kodwa ngiyakukulaya ngokwahlulela, ngingakwenzi ube ngongenacala.’


Jehova, ngizwile umbiko ngawe, ngiyesaba izenzo zakho; zivuselele phakathi kwale minyaka, wenze ukuba zaziwe kule minyaka, ukhumbule umusa nasolakeni.


Ngokuba ngangesaba intukuthelo nolaka uJehova anithukuthelela ngakho ukuba anibhubhise, kepha uJehova wangizwa nangaleso sikhathi.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka