Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 17:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Vuka, Jehova, umhlangabeze, umwise phansi; sindisa umphefumulo wami komubi ngenkemba yakho,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

13 Yima ngomumo, Simakade, ubhekane nazo, ziqumbe phansi. Sindisa umphefumulo wami ngenkemba yakho,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Vuka, Jehova, umdumaze, umwise; sindisa umphefumulo wami kwababi, okuyinkemba yakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 17:13
16 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Vuka, Jehova! Nkulunkulu, phakamisa isandla sakho, ungakhohlwa abahluphekileyo.


Kuyisikhathi sikaJehova sokusebenza, ngokuba bawenz' ize umthetho wakho.


Sindisa umphefumulo wami enkembeni, ukuphila kwami emandleni ezinja.


Vuka, Jehova, ungisindise, Nkulunkulu wami, ngokuba zonke izitha zami uzishayile emhlathini, amazinyo ababi uwaphulile.


Vuka, Nkosi! Ulaleleni na? Vuka, ungasilahli njalonjalo.


Sukuma, usisize, usihlenge ngenxa yomusa wakho.


Sukuma, Jehova, ngentukuthelo yakho, uvuke ngenxa yolaka lwezitha zami, ungimele; ngokuba uyalezile ukwahlulela.


Ngubani oyakungimela phambi kwababi na? Ngubani oyakungelekelela kwabenza okubi na?


Izembe liyakuzikhukhumeza kuye ogawula ngalo na? Isaha liyakuzikhulisa kuye oliqhubayo, njengokungathi induku izamazamisa abayiphakamisayo, nodondolo luphakamisa ongesiwo umuthi, na?


“Wo kulo i-Asiriya, intonga yentukuthelo yami, nokusesandleni salo ukufutheka kwami kuyinduku.


Bavela ezweni elikude nasekugcineni kwezulu uJehova nezikhali zentukuthelo yakhe, ukuba bachithe umhlaba wonke.


“Awuzwanga ukuthi kade ngakwenza na? Emihleni yasendulo ngakunquma; manje sengikulethile ukuba uchithe imizi ebiyelweyo ibe yizinqwaba.


Vuka, vuka, wembathe amandla wena mkhono kaJehova, vuka njengasezinsukwini zasendulo, ezizukulwaneni zamandulo. Akusuwe owamnquma kabili uRahabi, wamgwaza udrako,* na?


Wena Jehova Nkulunkulu wami, oNgcwele, awungowasendulo na? Asiyikufa; Jehova, usinqumele ukwahlulelwa; wena Dwala, usimisele ukujeziswa.


ukuzakukwenza lokho okumiswe ngaphambili yisandla necebo lakho ukuba kwenzeke.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka