Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 140:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Jehova Nkosi yami, mandla ensindiso yami, uvikela ikhanda lami ngosuku lokulwa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

7 Simakade, Nkosi yami, mandla ensindiso yami, uvikela ikhanda lami ngosuku lwempi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Jehova, mandla ensindiso yami, wasibekela ikhanda lami ngosuku lwempi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 140:7
17 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wamisa amakhanda kwa-Edomi; kulo lonke lakwa-Edomi wamisa amakhanda, nabo bonke abakwa-Edomi baba yizinceku zikaDavide. UJehova wamnqobisa uDavide nomaphi lapho eya khona.


UDavide wamisa amakhanda e-Aramu laseDamaseku, ama-Aramu aba yizinceku zikaDavide, athela intela. UJehova wamnqobisa uDavide nomaphi lapho eya khona.


Nguye onika amakhosi insindiso, okhulula inceku yakhe uDavide enkembeni elimazayo.


Wena unginikile isihlangu sensindiso yakho, isandla sakho sokunene singisekele, nobumnene bakho bungikhulisile.


UJehova ungukukhanya kwami nensindiso yami; ngizakwesaba bani na? UJehova uyinqaba yokuphila kwami; ngizakuba novalo ngobani na?


Izikhathi zami zisesandleni sakho; ngikhulule esandleni sezitha zami nakwabangizingelayo.


Mandla ami, ngizakuhubela wena; ngokuba uNkulunkulu uyinqaba yami, unguNkulunkulu wami womusa.


Nguye kuphela oyidwala lami nensindiso yami, inqaba yami; angiyikunyakaziswa kakhulu.


Insindiso yami nodumo lwami kukuNkulunkulu; idwala lami eliqinileyo nesiphephelo sami kukuNkulunkulu.


Uyakungibiza ngokuthi: ‘UnguBaba, unguNkulunkulu wami nedwala lensindiso yami.’


Wozani simhubele uJehova, sihlabelele ngenjabulo kulo idwala lensindiso yethu.


Bheka, uNkulunkulu uyinsindiso yami; nginethemba, angesabi, ngokuba uJehova, uJehova ungamandla ami nehubo lami, waba yinsindiso yami.”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka