Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 109:15 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Mabeme phambi kukaJehova njalo, kunqunywe isikhumbuzo sabo emhlabeni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

15 Mabahlale bephambi kukaSimakade njalo, ukuze akuqede ukukhunjulwa kwabo emhlabeni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Mababe phambi kukaJehova njalo, ukuze asuse ukukhunjulwa kwabo emhlabeni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 109:15
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ukukhunjulwa kwakhe kuyakuphela emhlabeni, angabi negama ezweni.


Inzalo yakhe mayinqunywe; igama layo malesulwe esizukulwaneni esilandelayo.


Ubuso bukaJehova bumelene nabenza okubi ukuba achithe ukukhunjulwa kwabo emhlabeni.


Labo bayakhala, uJehova uyezwa; uyabakhulula kuzo zonke izinhlupheko zabo.


Fihla ubuso bakho ezonweni zami, wesule zonke izenzo zami ezimbi.


Ubekile amacala ethu phambi kwakho, izono zethu ezifihliweyo ekukhanyeni kobuso bakho.


Niyakulishiya igama lenu libe yisiqalekiso kwabakhethiweyo bami, iNkosi uJehova inibulale, izibize izinceku zayo ngelinye igama,


Ngokuba noma ugeza ngesoda,* uzithathele insipho eningi, ububi bakho bulotshiwe phambi kwami,” isho iNkosi uJehova.


Abacabangi ezinhliziyweni zabo ukuthi ngiyakhumbula konke okubi kwabo; sebezungeziwe yizenzo zabo, ziphambi kobuso bami.


UJehova ufungile ukuziqhenya kukaJakobe ngokuthi: “Impela angiyikukhohlwa kuze kube phakade nesisodwa sezenzo zabo.


Lokho akubekelelwe kimina, kunamathelisiwe engcebeni yami na?


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka