Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 108:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Inhliziyo yami iduduzekile, Nkulunkulu; ngizakuhlabelela, ngihube, ngisho nomphefumulo wami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

1 Inhliziyo yami yethabile, Nkulunkulu, ngizohlabelela, ngihube ngakho konke okwami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Ihubo likaDavide. Nkulunkulu, inhliziyo yami iqinile; Ngizohlabelela futhi ngidumise, ngisho nangodumo lwami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 108:1
13 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngiyakumhubela uJehova kukho konke ukuphila kwami; ngiyakuhlabelela kuNkulunkulu wami ngisekhona.


Ngiyakukubonga ngenhliziyo yami yonke; phambi kwawonkulunkulu ngiyakukuhubela.


Umlomo wami uyakukhuluma udumo lukaJehova, inyama yonke ibonge igama lakhe elingcwele kuze kube phakade.


Ngakho-ke inhliziyo yami iyajabula, nomphefumulo wami uyethaba, nenyama yami iyakuhlala ngokwethemba.


ukuze umphefumulo wami ukudumise, ungathuli; Jehova Nkulunkulu wami, ngizakukubonga kuze kube phakade.


Ngiyakumbonga uJehova ngezikhathi zonke; ukudunyiswa kwakhe kuyakuba semlonyeni wami njalonjalo.


Makavuke uNkulunkulu, zihlakazeke izitha zakhe; abamzondayo babaleka phambi kwakhe.


Umlomo wami uyakulanda ukulunga kwakho, nensindiso yakho lonke usuku; ngokuba anginakukubala.


Umlomo wami uzakugcwala ukubonga wena, nalo udumo lwakho usuku lonke.


Base behlabelela uMose nabantwana bakwa-Israyeli leli gama, bekhuluma bethi: “Ngizakuhlabelela kuJehova, ngokuba uphakeme kakhulu; ihhashi nenkweli yalo ukuphonse elwandle.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka