Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




AbAhluleli 7:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Nxa ngibetha icilongo, mina nabo bonke abanami, bethani nani amacilongo nxazonke zekamu, nithi: ‘EkaJehova nekaGideyoni!’ ”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

18 Lapho ngishaya icilongo nabo bonke abakanye nami, nani niyoshaya amacilongo nizungeze yonke inkambu, nimemeze, nithi: ‘EkaSimakade nekaGideyoni!’ ”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Lapho ngibetha icilongo, mina nabo bonke abanami, nani nivuthele izimpondo zenqama nxazonke zekamu, nithi: ‘Inkemba kaJehova nekaGideyoni!

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AbAhluleli 7:18
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wathi kuwo: “Ngibukeni, nenze kanjalo; bhekani, nxa nifika emaphethelweni ekamu, kuyakuthi njengalokho kwenza mina, nenze nani.


UGideyoni namadoda ayikhulu ayenaye base befika emaphethelweni ekamu ngasekuqaleni komlindo ophakathi, besand' ukubeka abalindi; babetha amacilongo, baphohloza izitsha abaziphetheyo ngezandla.


yazi yonke le nhlangano ukuthi uJehova akasindisi ngenkemba nangomkhonto; ngokuba ukulwa kungokukaJehova; uyakuninikela esandleni sethu.”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka