Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




AbAhluleli 20:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 sithathe abantu abayishumi ekhulwini kuzo zonke izizwe zakwa-Israyeli, nabayikhulu enkulungwaneni, nabayinkulungwane ezinkulungwaneni eziyishumi, ukuba balande ukudla kwabantu, nalapho sebefike eGibeya lakwaBenjamini benze ngokobuwula ababenzile kwa-Israyeli.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

10 Siyothatha amadoda alishumi kwayikhulu kuzo zonke izizwana zakwa-Israyeli, nayikhulu kwayinkulungwane, nayinkulungwane kwalishumi lezinkulungwane, ukuba ahlinzeke amabutho ngokudla, azohamba ayophindisela eGibheya kwaBhenjamini ngalobu buwula obuyihlazo ababenzile kwa-Israyeli.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Siyakuthatha amadoda ayishumi kwayikhulu kuzo zonke izizwe zakwa-Israyeli, nekhulu enkulungwaneni nasenkulungwaneni ezinkulungwaneni eziyishumi, ukuba ahambe atholele abantu ukudla, abangakwenza lapho befika eGibeya. KwaBenjamini, njengakho konke ubuwula ababenza kwa-Israyeli.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AbAhluleli 20:10
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

“ ‘Ningazingcolisi nangeyodwa yalezo zinto, ngokuba ngazo zonke lezo zingcolile lezi zizwe engizixosha phambi kwakho.


bayakuyikhiphela intombi ngasemnyango wendlu kayise, amadoda omuzi ayikhande ngamatshe ize ife, ngokuba yenzile ubuwula kwa-Israyeli, ifeba endlini kayise; kanjalo uyakukhipha ububi phakathi kwakho.


Kuyakuthi othathwayo enokuqalekisiweyo ashiswe ngomlilo, yena nakho konke anakho, ngokuba eqile isivumelwano sikaJehova nangokuba esebenzile ubuwula kwa-Israyeli.’ ”


Abantu bonke bakwa-Israyeli babehlanganyele umuzi, bebumbene kungathi ngumuntu munye.


Ngase ngithatha isancinza sami, ngasihlahlela, ngasithuma ezweni lonke lefa lakwa-Israyeli, ngokuba babesebenzile ukona nobuwula kwa-Israyeli.


Kepha nakhu esiyakukwenza eGibeya: Siyakulihlasela ngenkatho,


Abantu bakwa-Israyeli babefungile eMispa, bethi: “Akuyikubakho muntu oyakunika owakwaBenjamini indodakazi yakhe ibe ngumkakhe.”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka