2 Samuweli 3:39 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE39 Nami ngibuthakathaka namuhla noma ngigcotshiwe ngibe yinkosi; laba bantu, amadodana kaSeruya, balukhuni kunami; uJehova makaphindisele owenza okubi njengobubi bakhe.” Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202039 Nami ngibuthakathaka namuhla nakuba ngigcotshiwe ukuba ngibe yinkosi; laba bantu, amadodana kaZeruya, abalawuleki; uSimakade makaphindisele kulowo owenza okubi njengokwenza kwakhe okubi.” Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202439 Futhi ngibuthakathaka namuhla, noma ngagcotshwa njengenkosi; lawa madoda, amadodana kaSeruya, alukhuni kimi; uJehova uyakubuyisela umenzi wobubi njengobubi bakhe. Uka jalj uñjjattʼäta |