Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




2 Samuweli 3:24 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 UJowabe wayeseya enkosini, wathi: “Wenzeni na? Bheka, u-Abineri wafika kuwe; ummukiseleni wahamba nokuhamba na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

24 UJowabe waya enkosini wathi kuyo: “Ukwenzeleni lokhu na? Bheka, u-Abhineri ubefikile kuwe; umyekeleni wahamba ngokuthula na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

24 UJowabe wayesengena enkosini, wathi: “Wenzeni na? bheka, u-Abineri usefikile kuwe; umxosheleni, akasekho na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




2 Samuweli 3:24
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UFaro wayesembiza u-Abrama, wathi: “Kuyini lokho okwenze kimi na? Awungitshelanga ngani ukuthi ungumkakho na?


Esefikile uJowabe nempi yonke eyayinaye, bamtshela uJowabe ukuthi: “U-Abineri indodana kaNeri wafika enkosini; immukisile, wahamba ngokuthula.”


Uyamazi u-Abineri indodana kaNeri ukuthi wafika ukukukhohlisa nokwazi ukuphuma kwakho nokungena kwakho, nokwazi konke okwenzayo.”


Nami ngibuthakathaka namuhla noma ngigcotshiwe ngibe yinkosi; laba bantu, amadodana kaSeruya, balukhuni kunami; uJehova makaphindisele owenza okubi njengobubi bakhe.”


U-Abineri wathukuthela kakhulu ngenxa yalawo mazwi ka-Ishi Bosheti, wathi: “Ngiyikhanda lenja engeyakwaJuda na? Namuhla ngiyayenzela indlu kaSawule uyihlo umusa, abafowabo nabangane bayo, angikunikelanga esandleni sikaDavide; nokho ungibeka icala namuhla ngalowo wesifazane.


UBalaki wathumela kuBileyamu, wathi: “Wenzeni kimi na? Ngakuthatha ukuba uqalekise izitha zami; bheka, uzibusisile nokuzibusisa.”


UPilatu waphendula wathi: “Kanti ngingumJuda yini mina na? Isizwe sakini nabapristi abakhulu bakunikezele kimi; wenzeni na?”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka