Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




2 Samuweli 3:15 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Wayesethumela u-Ishi Bosheti, wamthatha endodeni yakhe uPalitiyeli indodana kaLayishi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

15 U-Ishi Bhoshethi wathumela ukuba ayolandwa kumyeni wakhe uPhalithiyeli, indodana kaLayishi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

15 U-Ishi Bosheti wayesethumela wamthatha kumyeni wakhe uPalitiyeli indodana kaLayishi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




2 Samuweli 3:15
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

U-Abineri indodana kaNeri induna yempi kaSawule wayethathile u-Ishi Bosheti indodana kaSawule, wamwelisela eMahanayimi,


UDavide wayesethuma izithunywa ku-Ishi Bosheti indodana kaSawule, ethi: “Nginike umkami uMikhali engammiselwa ngamajwabu ayikhulu amaFilisti.”


Indoda yakhe yahamba naye, ikhala isahamba, yamlandela kwaze kwaba seBahurimi. U-Abineri wayesethi kuyo: “Buya.” Yabuya-ke.


Esizweni sabantwana bakwa-Isakare: yisikhulu uPalitiyeli indodana ka-Azani.


Kepha uSawule wayesemnike uPaliti indodana kaLayishi waseGalimi uMikhali indodakazi yakhe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka