Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




2 Samuweli 21:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Kwabikelwa uDavide ukuthi uRispa indodakazi ka-Aya, isancinza sikaSawule, wenzeni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

11 UDavide walandiswa ngalokho ukuthi uRizpha, indodakazi ka-Aya, isancinza sikaSawule, wenzeni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

11 UDavide watshelwa lokho uRispa indodakazi ka-Aya, isancinza sikaSawule, ayekwenzile.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




2 Samuweli 21:11
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Bafika abantu bakwaJuda, bamgcoba khona uDavide abe yinkosi yendlu yakwaJuda. Bamtshela uDavide ukuthi: “Abantu baseJabeshi Gileyadi yibo abammbela uSawule.”


URispa indodakazi ka-Aya wathatha indwangu yamasaka, wazendlalela yona edwaleni, kusukela ekuqaleni kokuvuna kuze kuthelwe phezu kwabo amanzi asezulwini; akavumelanga izinyoni zezulu ukuba zihlale phezu kwabo emini, nezilwane zasendle ebusuku.


UDavide waya wathatha amathambo kaSawule namathambo kaJonathani indodana yakhe kubantu baseJabeshi Gileyadi ababewebile esigcawini saseBeti Shani, lapho, amaFilisti ayebaphanyeke khona, mhla amaFilisti embulala uSawule eGilibowa.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka