Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




2 Samuweli 20:14 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Wadabula izizwe zonke zakwa-Israyeli, waze wafika e-Abela, naseBeti Mahakha, nakuwo onke amaBeri; babuthana bamxosha nakhona.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

14 USheba wadabula ezizwaneni zonke zakwa-Israyeli, waze wayofika e-Abhela, eBhethi Mahakha, nakuwo wonke amaBheri, nakhona babuthana bamhubha.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Wadabula izizwe zonke zakwa-Israyeli, waze wafika e-Abela, naseBeti Maga, nakuwo onke amaBeri; basebebuthana bamlandela.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




2 Samuweli 20:14
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Esesusiwe emendweni, abantu bonke badlula bamlandela uJowabe ukuba bamxoshe uSheba indodana kaBikri.


Bafika bamvimbezela e-Abela laseBeti Mahakha, banqwabela iduli ngasemzini elema ngasodongeni; abantu bonke ababe noJowabe babhidliza ugange ukuba luwe.


no-Elifeleti indodana ka-Ahashibayi indodana yomMahakha, no-Eliyamu indodana ka-Ahithofeli waseGilo,


UBeni Hadadi wayilalela inkosi u-Asa, wathuma izinduna zempi yakhe ukuba zihlasele imizi yakwa-Israyeli, wanqoba i-Ijoni, neDani, ne-Abela Beti Mahakha, nalo lonke iKineroti, kanye nalo lonke izwe lakwaNafetali.


Emihleni kaPheka inkosi yakwa-Israyeli kwafika uThigilati Phileseri inkosi yase-Asiriya, wathatha i-Ijoni, ne-Abela Beti Mahakha, neJanowa, neKedeshi, neHasori, neGileyadi, neGalile, lonke izwe lakwaNafetali, wabathumbela e-Asiriya.


UBeni Hadadi wayilalela inkosi u-Asa, wathuma izinduna zempi yakhe ukuba zihlasele imizi yakwa-Israyeli; zanqoba i-Ijoni, neDani, ne-Abela Mayimi, nayo yonke imizi yokubekelela yakwaNafetali.


Basuka lapho, baya eBeri; lokhu kungumthombo asho ngawo uJehova kuMose, wathi: “Butha abantu, ngibaphe amanzi.”


iGibeyoni, neRama, neBeyeroti,


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka