Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




2 Samuweli 17:22 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 UDavide wayesesuka nabo bonke abantu ababe naye, bawela iJordani; ngasekuseni akusalanga noyedwa ongaliwelanga iJordani.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

22 UDavide, nabo bonke abantu ababe naye, basuka bawela iJordani. Kwathi kusa, kwabe kungekho namunye owayesasele engaliwelanga iJordani.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Ngemva kwalokho uDavide waqeda kanye nawo wonke amadoda ayenaye, bawela iJordani;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




2 Samuweli 17:22
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kwathi sezimukile, baphuma emthonjeni, baya bayitshela inkosi uDavide, bathi kuDavide: “Sukani, nisheshe niwele amanzi, ngokuba u-Ahithofeli weluleke kanjalo ngani.”


Lapho u-Ahithofeli ebona ukuthi isiluleko sakhe asilandelwanga, wayibophela imbongolo yakhe, wasuka, waya ekhaya emzini wakhe, wayala ngendlu yakhe, waziphanyeka, wafa, wembelwa ethuneni likayise.


UDavide wayesefika eMahanayimi. U-Abisalomu waliwela iJordani, yena nabo bonke abantu bakwa-Israyeli kanye naye.


Nkulunkulu wami, umphefumulo wami udangele phakathi kwami; ngakho-ke ngikhumbula wena ezweni laseJordani, nakwelamaHermoni, nasentabeni yaseMisari.


Oqondileyo uyabona ububi, acashe, kepha abangenalwazi badlula nje, bahlupheke ngakho.


“Izinceku zakho zibale onke amadoda empi asesandleni sethu, akwasala neyodwa yethu.


Bhekani, ngiyanithuma ninjengezimvu phakathi kwezimpisi; ngakho-ke hlakaniphani njengezinyoka, nibe mnene njengamajuba.


ukuba ligcwaliseke izwi alishiloyo lokuthi: “Kulabo ongiphe bona angilahlekelwanga namunye.”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka