Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




2 Samuweli 13:24 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 U-Abisalomu waya enkosini, wathi: “Bheka, inceku yakho inabagundi; mayihambe inkosi nezinceku zayo nenceku yakho.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

24 U-Absalomu waya enkosini wafike wathi: “Inceku yakho inabagundi, iyacela ukuba nenkosi ize nezinceku zayo.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

24 U-Abisalomu wayesefika enkosini, wathi: “Bheka, inceku yakho inabagundi bezimvu; inkosi nezinceku zayo mayihambe nenceku yakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




2 Samuweli 13:24
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Emva kwezinsuku eziningi yafa indodakazi kaShuwa umkaJuda; eseduduzekile uJuda wakhuphuka, waya kubo abagundi bezimvu zakhe eThimna, yena kanye nomhlobo wakhe uHira wase-Adulamu.


Kwathi emva kweminyaka emibili epheleleyo u-Abisalomu wayenabagundi bezimvu eBali Hasori eliseduze no-Efrayimi; u-Abisalomu wamema onke amadodana enkosi.


Inkosi yathi ku-Abisalomu: “Qha, ndodana yami, masingahambi sonke, funa sikusinde.” Wayicindezela; nokho ayivumanga ukuhamba, kodwa yambusisa.


Bakhuluma amanga, kwaba yilowo nalowo kumakhelwane wakhe; ngezindebe ezithophayo bakhuluma nganhliziyombili.


Umlomo wakhe ubushelezi kunephehlwa, kepha inhliziyo yakhe iyimpi; amazwi akhe athambile kunamafutha; nokho ayizinkemba ezikhokhiweyo.


“ ‘Manje sengizwile ukuthi unabagundi; abelusi bakho babe nathi, asibalimazanga, abalahlekelwa lutho zonke izinsuku beseKarmeli.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka