Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




2 Samuweli 13:20 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 U-Abisalomu umnewabo wathi kuye: “Umnewenu u-Amnoni kade enawe na? Thula, dadewethu; ungumnewenu, ungabeki inhliziyo yakho kule nto.” UTamari wahlala eyisikhwebu nje endlini ka-Abisalomu umnewabo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

20 U-Absalomu umnewabo wathi kuye: “Ubenawe yini umnewenu, u-Amnoni na? Thula, dadewethu; ungumnewenu, ungayibeki inhliziyo yakho kule nto.” UThamari wahlala eyisikhwebu endlini ka-Absalomu, umnewabo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

20 U-Abisalomu umnewabo wathi kuye: “Umnewenu u-Amnoni ube nawe na? kepha thula manje, dadewethu, ungumfowenu; ungacabangi ngale nto. UTamari wayesehlala endlini ka-Absalomu umfowabo ephithene.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




2 Samuweli 13:20
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UShekemi indodana kaHamori umHivi, inkosi yezwe, wambona, wamthatha, walala naye, wamona.


Yilawo angamadodana kaLeya amzalela wona uJakobe ePhadani Aramu kanye noDina indodakazi yakhe; yonke imiphefumulo yamadodana akhe namadodakazi akhe yayingamashumi amathathu nantathu.


UTamari wayesezithela ngomlotha ekhanda, wayiklebhula ingubo yakhe enemibala owayeyigqokile, wathwala izandla ekhanda, wamuka, ehamba ekliwula.


Isizwile inkosi uDavide zonke lezo zinto yathukuthela kakhulu.


Inkosi yathi: “Makaye endlini yakhe, angaboni nokho ubuso bami.” Wayeseya u-Abisalomu endlini yakhe, akabubona ubuso benkosi.


Ozondayo uyazenzisa ngezindebe zakhe, ubekelela inkohliso enhliziyweni yakhe.


ningaziphindiseli nina bathandwa, kodwa dedelani ulaka, ngokuba kulotshiwe ukuthi: “Ngokwami ukuphindisela, ngiyakubuyisela mina,” isho iNkosi.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka