Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




1 Samuweli 30:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 NawomkaDavide bobabili babethunjiwe, o-Ahinohama waseJizreyeli no-Abigayili umkaNabali waseKarmeli.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

5 Bobabili omkaDavide, u-Ahinohama waseJizreyeli no-Abhigayili, umkaNabali waseKharimeli, babethunjiwe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Nabafazi bakaDavide ababili bathunjwa, u-Ahinohama waseJizreyeli no-Abigayili umkaNabali waseKarmeli.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




1 Samuweli 30:5
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wayesenyukela khona uDavide nabafazi bakhe ababili, o-Ahinohama waseJizreyeli no-Abigayili umkaNabali waseKarmeli.


wayenabafazi ababili, igama lomunye lalinguHana, igama lomunye lalinguPhenina; uPhenina wayenabantwana, kepha uHana wayengenabantwana.


UDavide wahlala no-Akhishi eGati, yena nabantu bakhe, kwaba yilowo nalowo nomuzi wakhe, uDavide enawomkakhe bobabili, o-Ahinohama waseJizreyeli no-Abigayili waseKarmeli umkaNabali.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka