Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




1 Samuweli 30:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Bafumana owaseGibithe endle, bamyisa kuDavide, bamnika isinkwa, wadla; bamphuzisa amanzi;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

11 Bafumana umuntu waseGibhithe endle, bamthatha bamyisa kuDavide. Bamnika isinkwa, wadla, bamnika namanzi, waphuza.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Bafumana owaseGibithe endle, bamyisa kuDavide, bamnika isinkwa, wadla; bamphuzisa amanzi;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




1 Samuweli 30:11
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Uma okuzondayo elambile, mnike ukudla, adle; uma omile, muphe amanzi, aphuze.


Ngokuba ngangilambile, nangipha ukudla; ngangomile, nangiphuzisa; ngangingumfokazi, nangingenisa;


“Unganengwa ngowakwa-Edomi, ngokuba ungumfowenu; awuyikunengwa ngowaseGibithe, ngokuba wawungumfokazi ezweni lakubo.


Abantwana besizukulwane sesithathu abazalwa yibo bayakungena ebandleni likaJehova.


Kodwa UDavide waxosha, yena nabantu abangamakhulu amane, ngokuba abangamakhulu amabili basala emuva, bezukekile ukuze bangaweli umfudlana iBesori.


bamnika nocezu lwesigaxa samakhiwane, nezigaxa ezimbili zezithelo zomvini ezomileyo; esedlile kwabuyela kuye umoya wakhe, ngokuba wayengadlanga sinkwa, engaphuzanga manzi, izinsuku ezintathu nobusuku obuthathu.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka