Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




1 Samuweli 21:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Waguquka ingqondo phambi kwabo, wazenza ohlanyayo ezandleni zabo, wadweba ezivalweni zamasango, wehlisela amathe esilevini.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

13 Ngakho-ke wayiguqula indlela aziphethe ngayo phambi kwabo, wenza sengathi ingqondo yakhe iphambene ngesikhathi ephambi kwabo. Wadweba ezivalweni zamasango, wagxiza amathe, ehla ngesilevu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Washintsha ukuziphatha kwakhe phambi kwabo, wazihlanyisa ezandleni zabo, wanwaya ezicabheni zesango, wavumela amathe awela esilevini sakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




1 Samuweli 21:13
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ukwesaba abantu kubeka ugibe, kepha owethemba uJehova uyalondeka.


Impela ukucindezela kuyamhlanyisa ohlakaniphileyo, nokuthengwa ngomvuzo kuchitha ingqondo.


“Yimina, yimi enginguye oniduduzayo; ungubani wena ukuba wesabe umuntu ofayo, nendodana yomuntu eyakwenziwa ibe njengotshani, na?


“Nxa owesilisa noma owesifazane enesifo ekhanda noma esilevini,


Lapho uSawule naye wonke u-Israyeli bezwa lawo mazwi omFilisti, bashaywa luvalo, besaba kakhulu.


U-Akhishi wayesethi ezincekwini zakhe: “Bheka, uyabona ukuthi lo muntu uyahlanya; nimletheleni kimi na?


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka