1 Samuweli 18:25 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE25 USawule wathi: “Niyakusho kanje kuDavide, nithi: ‘Inkosi ayifuni ilobolo, kuphela amajwabu ayikhulu amaFilisti ukuba kuphindiswe ezitheni zenkosi.’ ” USawule wacabanga ukumwisa uDavide ngesandla samaFilisti. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202025 USawule wathi: “Niyakusho kanje kuDavide, nithi: ‘Inkosi ayifuni lobolo, ifuna kuphela amajwabu ayikhulu amaFilisti ukuba kuphindiselwe ezitheni zenkosi.’ ” USawule wayecabanga ukuthi uDavide uzobulawa ngamaFilisti. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202425 USawule wathi: “Niyakusho kanje kuDavide, nithi: ‘Inkosi ayifuni ilobolo, kepha amajwabu ayikhulu amaFilisti ukuba aphindisele ezitheni zenkosi. Kodwa uSawule wacabanga ukumyeka uDavide awe ngesandla samaFilisti. Uka jalj uñjjattʼäta |