Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




1 Samuweli 17:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 UJese wathi kuDavide indodana yakhe: “Ake uthathele abafowenu i-efa* lalolu tshwele nalezi zinkwa eziyishumi, usheshe uye ekamu* labafowenu,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

17 UJese wathi kuDavide, indodana yakhe: “Ake uthathele abafowenu i-efa lotshwele nalezi zinkwa ezilishumi, uphuthume ubahambisele enkanjini yabo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

17 UJese wathi kuDavide indodana yakhe: “Thatha abafowenu i-efa likakolweni othosiwe nalezi zinkwa eziyishumi, ugijimele ekamu kubafowenu;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




1 Samuweli 17:17
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

baletha amacansi, nemicengezi, nezitsha zebumba, nokolweni, nebhali,* nempuphu notshwele, nobhontshisi, nembumba, nenhlosa,


Ngakho-ke uma nina enibabi nazi ukubapha abantwana benu izipho ezinhle, kakhulu uYihlo osezulwini uzakubapha okuhle abacela kuye.


Ngakho-ke uma nina eningababi nikwazi ukubapha abantwana benu izipho ezinhle, kakhulu kangakanani uYihlo osezulwini uzakubapha abacela kuye uMoya oNgcwele.”


Ngesikhathi sokudla uBowazi wathi kuye: “Woza lapha, udle isinkwa, ugcobhoze ucezu lwakho kuviniga.” Wahlala eceleni kwabavuni, wamnika utshwele, wadla wasutha, washiya phansi.


UmFilisti wasondela ekuseni nakusihlwa, wema khona izinsuku ezingamashumi amane.


U-Abigayili wayeseshesha, wathatha izinkwa ezingamakhulu amabili, nezimvaba ezimbili zewayini, nezimvu eziyisihlanu ezilungisiweyo, namaseya* ayisihlanu otshwele, nezigaxa eziyikhulu zezithelo zomvini ezomileyo, nezigaxa ezingamakhulu amabili zamakhiwane, wakubeka ezimbongolweni.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka