Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




UZefaniya 2:6 - IsiZulu 2020

6 Ugu lolwandle luyakuba ngamadlelo, amadlangala abelusi, nezibaya zezimvu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Ugu lolwandle luyakuba ngamadlelo, lube nemigodi yabelusi nezibaya zezimvu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Ugu lolwandle luyoba yizindlu namadokodo abelusi nezibaya zezimvu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UZefaniya 2:6
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Imizi e-Aroweri iyakushiywa ibe ngeyemihlambi; ibuthise khona, ingethuswa muntu.


Izimvana ziyoklaba njengasemadlelweni azo, namazinyane adle encithakalweni yabacebileyo.


Izintaba zonke ebezilinywa ngamageja akusayukuyiwa kuzo ngenxa yokwesaba ameva namakhakhasi, kodwa sekuyokhashelwa kuzo izinkabi nezimvu, zikugxobe.


“Usho kanje uSimakade Wamabandla, uthi: ‘Kuyakuthi kule ndawo eyincithakalo, engenamuntu nazilwane, nakuyo yonke imizi yayo, kube khona amadlelo abelusi abayobuthisela khona imihlambi yabo.


IRabha ngiyakulenza libe yidlelo lamakameli, abakwa-Amoni babe yindawo yokubuthisa izimvu, niyakukwazi ukuthi nginguSimakade.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka