UNehemiya 7:64 - IsiZulu 202064 Labo ababefuna imininingwane yemindeni yabo, kodwa abayitholanga, ngakho-ke abafakwanga ohleni lwabaphristi, bathathwa ngokuthi kabahlanzekile. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE64 Labo bafuna ukubhalwa kwabo phakathi kwababhaliweyo ngezizukulwane, kepha akufunyanwanga; ngalokho kwathiwa bangcolile, bakhishwa ebupristini. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202464 Babheka umbhalo wabo phakathi kwababalwayo ngokohlu lozalo, kepha awutholakalanga; Uka jalj uñjjattʼäta |