ULevitikusi 7:16 - IsiZulu 202016 “ ‘Kepha uma umhlatshelo owunikelayo ungowesifungo noma ungowesihle, uyodliwa ngosuku onikelwe ngalo; okuseleyo kuwo kuyodliwa ngakusasa, Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE16 “ ‘Kepha uma umhlatshelo womnikelo wakhe ungowesithembiso noma ungowesihle, uyakudliwa ngalolo suku anikela ngalo ngomhlatshelo wakhe; nangakusasa okuseleyo kuwo kuyakudliwa; Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202416 Kodwa uma umnikelo womnikelo wakhe ungokwesithembiso noma ungumnikelo wesihle, kumelwe udliwe ngalo lolo suku anikela ngalo umnikelo wakhe; Uka jalj uñjjattʼäta |
Isikhulu siyakuvulelwa isango elibheke ngasempumalanga lapho siletha umnikelo wesihle, umnikelo wokushiswa neminikelo yokuthula ukuba ibe ngumnikelo wesihle kuSimakade. Siyakunikela umnikelo waso wokushiswa neminikelo yaso yokuthula njengoba senza ngosuku lwesabatha, bese siphuma. Isango liyakuvalwa uma sesiphumile.