Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




ULevitikusi 23:5 - IsiZulu 2020

5 phakathi kwamabili, ngosuku lwe-14 ngenyanga yokuqala; yiphasika likaSimakade.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Ngenyanga yokuqala ngolweshumi nane lwenyanga kusihlwa kuyiphasika likaJehova.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Ngosuku lweshumi nane lwenyanga yokuqala kusihlwa kuyiphasika likaJehova.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




ULevitikusi 23:5
14 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

“Ngenyanga u-Abibi, inyanga owaphuma ngayo eGibhithe, uyogubha umkhosi wesinkwa esingenamvubelo ngendlela engakuyala ngayo. Ezinsukwini eziyisikhombisa zalo mkhosi ungasidli isinkwa esinemvubelo. Makungezi muntu phambi kwami engaphethe lutho.


“ ‘Ngenyanga yokuqala, ngosuku lwe-14 enyangeni, niyakuba nephasika; umkhosi wezinsuku eziyisikhombisa, kudliwe isinkwa esingenamvubelo.


Kwathi ngosuku lokuqala lwesinkwa esingenamvubelo, abafundi baya kuJesu, bathi: “Uthanda ukuba sikulungisele kuphi ukuba udle iPhasika na?”


Kwathi ngosuku lokuqala lwesinkwa esingenamvubelo okwakuhlatshwa ngalo iPhasika, abafundi bakhe bathi kuye: “Uthanda ukuba siyokulungiselela kuphi ukuba udle iPhasika na?”


Lwase lufika usuku lwesinkwa esingenamvubelo, okufanele ukuba kuhlatshwe ngalo iPhasika.


Ngesikhathi abantu bakwa-Israyeli besakanise eGiligali bagubha uMkhosi wePhasika esigodini iJerikho, kusihlwa ngosuku lwe-14 lwenyanga yokuqala.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka