Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




ULevitikusi 21:8 - IsiZulu 2020

8 Uyakumehlukanisa abe ngcwele, ngokuba unikela ngesinkwa sikaNkulunkulu wakho. Uyakuba ngcwele kuwe, ngokuba Mina Simakade okwehlukanisayo, ngingcwele.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Ngalokho uyakumngcwelisa, ngokuba unikela ngesinkwa sikaNkulunkulu wakho; uyakuba ngcwele kuwe, ngokuba mina Jehova oningcwelisayo ngingcwele.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Ngakho ufanele umngcwelise; ngoba unikela ngesinkwa sikaNkulunkulu wakho; makabe ngcwele kini; ngokuba mina, iNkosi, eningcwelisa, ngingcwele.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




ULevitikusi 21:8
18 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Nkulunkulu wami, ungawakhohlwa lawo madoda ukuthi abungcolise kanjani ubuphristi nesivumelwano sabaphristi nabaLevi.


USimakade wathi kuMose: “Hamba uye kubantu, ubangcwelise namuhla nakusasa, bahlanze izembatho zabo,


UMose wehla entabeni, waya kubantu. Wabangcwelisa abantu base behlanza izingubo zabo.


Uyokugqokisa u-Aroni, umfowenu namadodana akhe. Uyobagcoba, ubabeke, ubangcwelise ukuba bangikhonze bengabaphristi.


“Yilokhu oyokwenza lapho usubehlukanisa ukuze bangikhonze bengabaphristi. Thatha iduna lenkomo, izinqama ezimbili okungenasici,


“Khuluma kuyo inhlangano yabantu bakwa-Israyeli, uthi kuyo: ‘Niyoba ngcwele ngokuba Mina Simakade uNkulunkulu wenu ngingcwele.


Bayakuba ngcwele kuNkulunkulu wabo, bangahlambalazi igama likaNkulunkulu wabo, ngokuba banikela ngeminikelo yokushiswa kaSimakade, isinkwa sikaNkulunkulu wabo; ngalokho, bayakuba ngcwele.


bazenze babe necala lokudla izinto ezingcwele; nginguSimakade obangcwelisayo.’ ”


Umphristi uyakukushisa lokhu kube nentuthu e-althare, kungumnikelo wokudla womlilo kuSimakade.


Ngokuletha e-althare lami ukudla okungcolileyo. Qede nithi: “Sikungcolise ngani na?” Ngokusho kwenu nithi: “Itafula likaSimakade lidelelekile.”


“Yala abantu bakwa-Israyeli, uthi kubo: ‘Anoqikelela ukuba umnikelo wami, isinkwa sami seminikelo yami yomlilo yephunga elimnandi kimi, ninikele ngawo kimi ngesikhathi sawo.’


pho ningakhuluma kanjani ngalowo amehlukanisa wamthumela emhlabeni, ukuthi uyahlambalaza, ngokuba ngithe: ‘NgiyiNdodana kaNkulunkulu’ na?


Ngenxa yabo ngiyazingcwelisa, ukuze nabo bangcweliswe ngeqiniso.


Pho-ke nicabanga ukuthi singakanani isijeziso salowo obukele phansi iNdodana kaNkulunkulu, wadelela igazi lesivumelwano angcweliswa ngalo, wahlambalaza uMoya womusa, na?


Ngokuba umphristi omkhulu onjengaye usifanele thina; ongcwele, ongenacala, ongenasici, owehlukanisiwe kwabayizoni, owenziwe waphakama phezu kwamazulu.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka